Kushone abantu abangu-5 kwalimala abane engozini e-E Cape

2017-08-13 17:28

Eastern Cape - Kushone abantu abahlanu kwalimala abane kubalwa nosana oluzelwe engozini eyenzeke ku-R67 phakathi kwaseGrahamstown nasePort Alfred ngeSonto ntambama, kuqinisekisa amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Mali Govender uthe kuphenywa icala lokubulala ngokungenhloso kulandela ingozi yasemini.

"Imininingwane yesigameko ayikacaci kanti izophenywa. Abebesendaweni yesigameko basola ukuthi kuginqike enye yezimoto kwathi eyesibili yangena kule eginqikile," kusho uMali.

OLUNYE UDABA:Kulimale abayisithupha kushayisana amaveni amaphoyisa

Isimo salabo abalimalile asikwazanga ukuqinisekiswa, usho njalo.

Khonamanjalo ngoLwesihlanu, iindoda ishone ujuqu kwathi ngokuhamba kwesikhathi kwashona abanye abantu ababili ngenxa yokulimala kakhulu.

Le moto ibandakanyeke egozini nenye imoto. Amaphoyisa aphenya imbangela.

Kuphuthunyiswe abanzu abangu-7 esibhedlea iButterworth kulandela ukulimala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.