Kushone abantu abangu-7 engozini yeveni nesitimela

2018-04-27 09:34

Cape Town - Kushone abantu abangu-7 ngemuva kokuba isitimela sishayise iveni abebehamba ngalo eButtskop, ebeliwela kujantshi eBlackheath eKapa.

Amaphoyisa asendaweni yesigameko namuhla ekuseni.

Iveni belithwele inqwaba yabantu abebeya emsebenzini.

OLUNYE UDABA:Bangu-15 abantu abangakatholakali kulandela ingozi yesitimela ngeledlule

Lesi sigameko senzeke endaweni efanayo nalapho okwashona khona izingane ezingu-10 ngo-2010 esigamekweni esifanayo, ngesikhathi itekisi ezazihamba ngalo lishayiswa yisitimela.

OwakwaMetrorail uZino Mihi uthe: "Amadoda ashonile wonke aneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala.Abesuka e-Eerste River ehamba ngeveni iToyota Hilux ngesikhathi ehlelwa yilo mshophi."

AbakwaMetrorail bathe abagibeli bangalindela ukubambezeleka ngemizuzu engu-60 kumzila osenyakatho ngenxa yesigameko.

- Twitter:

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.