Kushone abantu abathathu beshayiswa yisitimela

2016-07-08 19:02

Cape Town – Kushone abantu abathathu ngemuva kokuthi beshayiswe yisitimela ngasesiteshini saseHeideveld, eWestern Cape, kusho amaphoyisa.

Lesi yisigameko sakamuva esibandakanya isitimela kulesiya sifundazwe.

OLUNYE UDABA: Kushone oyedwa beshayiswa yisitimela bedlala

NgoLwesine, owesifazane osekhulile ngeminyaka ushayiswe yisitimela washumpuka imilenze nezingalo e-Athlone.

Okhulumela amaphoyisa u-Andre Traut uthe: "Amadoda amathathu aneminyaka ephakathi kuka-27 no-32 ubudala ashayiswe yisitimela.

“Kuvulwe idokodo ngokufa kwabantu ukuze kuphenywe ngalesi sigameko.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.