Kushone abantu abathathu engozini eMgungundlovu

2016-07-06 13:31

Durban - Kushone abantu abathathu kwalimala abanye abathathu ngemuva kokuginqika kweveni abebehamba ngalo ku-N3 eMgungundlovu ngoLwesithathu ekuseni.

"Bonke abalimele balashwe endaweni yesigameko, ngeshwa babashonela esibhedlela," kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring esitatimendeni.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

Uthe abosizo lokuqala bafika endaweni yesigameko ngemuva kwezithuba zabo-06:45 bafica abantu abangu-06 belele emgwaqeni ngemuva kokukhishwa yiveni ngesikhathi iginqika.

Abantu abathathu batholwe belimele kodwa abanye abathathu belimele kanzima base bephuthunyiswa esibhedlela.

Nakuba kunjalo bashonela esibhedlela khona ekuseni.

Isigameko siyaphenywa.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.