Kushone abantu abathathu engozini eyenzeke KwaDukuza

2017-01-22 17:03

Durban – Kushone abantu abathathu ngesikhathi kushayisana izimoto ezincane zohlobo lwe-VW Golf, kuDoosberg Road, KwaDukuza, ngoMgqibelo ebusuku.

Ngokusho kokhulumela i-IPSS Medical Rescue, uPaul Herbst, abezimo eziphuthumayo nezicishamlilo bafike endaweni yesigameko bathola abantu besavaleleke ngaphakathi kulezi zimoto, kubika iNorth Coast Courier.

Abanye baphalazwe yilezi zimoto ngesikhathi kwenzeka ingozi.

OLUNYE UDABA: Kushone owesilisa nengane engozini eyenzeke ngaseGateway

“Kudingeke ukuba kusetshenziswe izindlawu ukukhulula laba abebebhajwe ngaphakathi ezimotweni.

“Kushone abantu abathathu – abashayeli ababili nomgibeli oyedwa – bonke bashonele endaweni yesigameko.”

UHerbst uthi omunye wabalimele ubangwa nezibi kanti kudingeke ukuthi axhunywe imishini.

“Abanye abantu abangu-9 bathole ukulimala base bephuthunyiswa ezibhedlela ezahlukene.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.