Kushone abantu kugingqika itekisi eGoli

2017-12-17 18:36

eThekwini -  Kushone abantu abathathu ngesikhathi kuginqika itekisi ngasebhulohweni iHendrik Potgieter eConstantia Kloof eWest Rand.

Ngokubika kwabe-ER24 bathi kushone kwalimala nabanye abangu-8.

"Ngesikhathi abe-ER24 befika endaweni yesigameko, bathole abantu balele phansi abanye behleli eduze komgwaqo. Ngesikhathi kuhlolwa isimo sabo kutholakale ukuthi bathathu abashonile," kusho u- Ineke van Huyssteen okhulumela le nkampani.

OLUNYE UDABA:Kubulawe abasolwa ababili abadune itekisi eNanda

Kwesinye isigameko esenzeke eBoksburg, kulimale abantu abangu-15 itekisi liginqika ngaseCarnival City.

Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko ngo-09h08 ekuseni bathola itekisi lilele ngohlangothi kanti abagibeli abaningi bakwazile ukuziphumela kulona.

Ngesikhathi kuhlolwa isimo kutholakale ukuthi bambalwa abagibeli abalimele kabi okubalwa kubo nengane eneminyaka emithathu.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.