Kushone abashayeli ababili kungqubuzana amaloli

2017-09-11 11:02

Durban – Kushone abashayeli ababili bamaloli ngemuva kokungqubuzana kwamaloli ku-R102 eNewark, KwaZulu-Natal, kusho abosizo lokuqala ngoMsombuluko.

Okhulumela i-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst uthe, ngezithuba zabo-22:00 ngeSonto ebusuku, iloli liphaphalaze layoshayisana nelinye.

OLUNYE UDABA: Kutholakale izidumbu zamantombazane zinamanxeba okugwazwa

UHerbst uthe bobabili abashayeli bamaloli bashonele endaweni yesigameko.

Kudingeke ukuba kusetshenziswe izindlawu ukukhipha abashayeli njengoba bebevalelele emalolini abo, esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.