Kushone abashayeli kungqubuzana izimoto

2017-09-01 12:30

Johannesburg – Kushone abashayeli ababili ngesikhathi izimoto ebebehambangazo zingqubuzana ku-R716 eSedibeng ngoLwesihlanu ekuseni, kusho abosizo lokuqala eGauteng.

Abesilisa, abaneminyaka elinganiselwa ku-30 no-60 ubudala, bashone ngaphambi kokuba kufike ithimba labezimo eziphuthumayo endaweni yesigameko,

Ingozi yenzeke phakathi kwaseVanderbijlpark naseDeneysville, kusho okhulumela iNetcare911 uNick Dollman.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abathathu ebebehamba ngezimoto belandela eyemali

Abezicimamlilo kudingeke basebenzise izindlawu ukukhipha izidumbu ezimotweni.

"Zombili izisulu bezingenabo abanye abantu ebezihamba nabo ezimotweni, ngakho akekho omunye othole ukulimala kule ngozi.”

UDollman uthe umgwaqo kudingeke uvalwe okwesikhashana ukuze amaphoyisa ezoqhuba uphenyo ngembangela yengozi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.