Kushone abasolwa abane kudutshulwana eBenoni

2017-05-26 11:01

Johannesburg – Kubulawe amadoda amane asolwa ngokuba yizigebengu ngesikhathi kudutshulwana emgwaqeni omkhulu u-N12 eBenoni ngoLwesihlanu ekuseni, kusho abosizo lokuqala eGauteng.

Amaphoyisa afike endaweni yesigameko eduzane nasemgwaqeni ochezukela ePutfontein athola izimoto ezimbili eceleni komgwaqo, kusho uRussel Meiring okhulumela abe-ER24.

OLUNYE UDABA:Ugwetshwe iminyaka engu-25 umdlwenguli waseMpangeni

Amadoda amabili, okukholakala ukuthi angabasolwa esigamekweni esithile sobugebengu, atholwe kwenye yalezi zimoto ebezipake eceleni komgwaqo.

La madoda abedutshuliwe kanti ahlonzwe njengabashonile khona endaweni yesigameko.

Amanye amadoda amabili abenamanxeba okudutshulwa abedindilize budebuduze nezimoto kanti nawo ahlonzwe endaweni yesigameko njengabashonile.

UMeiring uthe kulimale amaphoyisa amabili kulesi sigameko.

Kulindeleke ukuba amaphoyisa aphawule ngodaba namuhla.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.