Kushone abasolwa abathathu bedubulana namaphoyisa

2016-11-19 17:03

Johannesburg – Kushone okungenani abantu abathathu ngesikhathi kuqubuka impi yezulu lezandla phakathi kwabo namaphoyisa eRiverlea, eGoli.

Kukholakala ukuthi la basolwa abebesolwa ngokuduna imoto badutshulwe amaphoyisa ngemuva kokubonakala behamba ngetekisi eyebiwe enkabeni yeGoli ngoMgqibelo sekuseni.

Abasolwa babe sebeshiya le tekisi abebehamba ngayo base bezama ukweba enye esigamekweni ababulale kuso umshayeli wayo.

OLUNYE UDABA: Kubulawe abasolwa abathathu eThekwini

Okhulumela i-ER24 uChirta Bodasing-Harduth uthe umshayeli obedunwa imoto ushonele endleleni eya esibhedlela.

“Ngeshwa bekungekho esingakwenza. Izikhulu ziyaphenya ngalesi sigameko,” esho.

Kulesi sigameko kuphinde kwalimala amaphoyisa amabili kanti ayelulama esibhedlela.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubela uthe: “Kutholakale izibhamu ezimbili kanye nemoto abihamba abasolwa.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.