Kushone abathathu abadle 'amagwinya anobuthi'

2017-08-31 12:33

Cape Town – Izingane ezintathu ezineminyaka ephakathi kuka-15 no-17 ubudala, zishonile ngemuva kokudla amagwinya ‘anobuthi’ kwaLanga, eKapa.

Laba abathathu, abahlala eJoe Slovo, kubikwa ukuthi bathenge amagwinya anopholoni kumuntu odayisa emgwaqeni ngasemakubo ngoMgqibelo ebusuku.

Bashone ngeSonto ngemuva kokuphalaza okunganqamuki. 

OLUNYE UDABA: Usevule icala umama oshonele yingane enkulisa

Umngani wabo yena usindile kanti futhi uphumile esibhedlela ngoLwesithathu.

Amaphoyisa kubikwa ukuthi asevule idokodo ngokufa kwabantu abathathu.

Okwamanje bekungakaboshwa muntu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.