Kushone abathathu ezingozini ezehlukene

2017-01-22 18:33

Cape Town – Kushone umama nendodakazi engozini eyenzeke ku-N17, empumalanga yeGoli, ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishayisa isibonda sebhuloho ngeSonto ekuseni.

Ubaba kanye nendodana yalo mndeni batholakale bebangwa nezibi, base bephuthunyiswa esibhedlela.

Okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak uthe: “Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola izingane ezimbili ezisezincane ziphalazwe yimoto.

OLUNYE UDABA: Kushone abantu abathathu engozini eyenzeke KwaDukuza

“Bathole ukuthi kushone umama nendodakazi ngenxa yokulimala abakutholile.”

Kwesinye isigameko, kushone ingane eneminyaka engu-11 ubudala engozini yemoto ku-N7 ngaphandle kwaseCitrusdal, eWestern Cape.

Kule ngozi kuphinde kwalimala amawele aneminyaka emibili ubudala kule ngozi.

Okhulumela ezemigwaqo eWestern Cape uKenny Africa usiqinisekisile lesi sigameko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.