Kushone abathathu kwalimala abahlanu eMeyerton

2017-09-17 15:30

Kushone abantu abathathu, kwalimala kabi abahlanu kushayisana izimoto ezimbili kuR551 eMeyerton.

Abezimo eziphuthumayo bathi bafike kule ndawo ngoMgqibelo ntambama bathola abantu bevaleleke ezimotweni.

Abe-ER24 bathi basebenzisane nabezinye izinkampani zabezimo zokuqala ukuzama ukuhlenga laba bantu abebevaleleke ezimotweni.

"Ngesikhathi kuhlolwa isimo, kutholakale ukuthi bathathu abantu abashonele khona kulendawo, kanti abanye abahlanu bebelimele ngeokuhlukana,"kusho u-Ineke van Huyssteen okhulumela i-ER24.

OLUNYE UDABA:Kulimale abantu abangu-7 kudubulalana izigelekeqe e-PE

Uyedwa umuntu obesesimweni esibucayi kakhulu ophuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlani.

Abanye balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa ezibhedlela ezahlukahlukene.

Amaphoyisa abekhona endaweni yesigameko ukuzophenya ngembangela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.