Kushone abathathu kwalimala abangu-12 engozini yekhumbi

2017-05-17 14:02

Brits - Kushone amadoda amathathu kwalimala abantu abangu-12 ngemuva kwengozii yetekisi, eginqike ku-N4 ngaphandle kwaseBrits eNorth West ngoLwesithathu ekuseni, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala bafice itekisi ilele ngohlangothi phakathi nomgwaqo.

UMeiring uthe abagibeli abaningi bahlanzwe yitekisi kanti batholwe belele ngakuyo.

OLUNYE UDABA: Kukhishwe abantu ngokushesha kusha ikhasino eKZN

Izidumbu zamadoda amathathu zitholwe buqamama netekisi, kusho uMeiring.

Womathathu la madoda ahlonzwe njengashonile khona endaweni yesigameko.

Abantu abangu-12 bathole imihuzuko kanti kubo kukhona nabalimale kanzima.

Abalimalile baphuthunyiswe esibhdelela iMediclinic eBrits kanti abalimale kakhulu baphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Isigameko senzeke  namuhla (ngoLwesithathu) ngezithuba zabo-09:30 

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.