Kushone abathathu kwebandakanya izimoto ezintathu eKZN

2016-08-14 08:07

Durban - Kushone abantu abathathu kwalimala abanye abathathu engozini eyenzeke eFairbreeze KwaZulu-Natal ngoMgqibelo.

Abe-IPSS Medical Rescue bathe kubandakanyeke izimoto ezintathu engozini.

OLUNYE UDABA: Iphume nemiphefumulo emibili kwafa nenkomo kweyenzeke ePMB

Ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesigameko eduzane nasoThongathi bafice sekushone abantu abathathu, abanye abathathu bebesavaleleke ngaphakathi ezimotweni ababili babo basesimeni esibucayi.

Kubizelwe abanye bosizo lokuqala ukuba bezobatakula, owokuqala okhululiwe uphuthunyiswe ngendiza esibhedlela esiseThekwini.

Imbangela yengozi ibingakaziwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.