Kushone abavukuzi ababili kudilika umgodi wemayini

2018-02-07 14:01

Johannesburg – Kushone abavukuzi ababili ngesikhathi kudilika umgodi wemayini yaseSibanye-Stillwater, oseKloof Ikamva eGauteng, ekuseni.

Phambilini, inkampani ithe: "Ithimba lethu labatakuli lizama ukukhipha izisebenzi ezivalelekile, lithole nesimo sazo,” kusho okhulumela iSibanye Gold, uJames Wellstad, etshela iNews24.

Ngokuhamba kwesikhathi, uMnyango weziMbiwa Phansi ku-Twitter uthe sekushone oyedwa kulesi sigameko, nokuqinisekiswe ngabosizo lokuqala endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Kuvaleleke inqwaba yabavukuzi emayini

Inkampani manje isikuqinisekisile ukuthi bagcine beshone bobabili abavukuzi abavaleleke ngemuva kokuwa kwedwala emgodini ngoLwesithathu ekuseni.

UMnyango uthe uzokwenza uphenyo ngesigameko uma sekuphephile.

Ngeledlule, abasebenzi abangu-955 bavaleleka emgodini kule mayini eWelkom kulandela ukugqabuka kwezintambo zikagesi ngesikhathi kunesiphepho.

Izisebenzi zagcina zikhishwe zonke emgodini, ziphila.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.