Kushone abayisithupha kudutshulwa amabhasi

2016-07-01 13:30

Nairobi – Kushone okungenani abantu abayisithupha ngesikhathi oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu emabhasini amabili eMandera, eKenya, kusho izikhulu.

Okhulumela amaphoyisa aseMandera uFredrick Shisia utshele iReuters ukuthi lesi sigameko senzeke ngabo-09:30 ngoLwesihlanu ekuseni.

OLUNYE UDABA: Oshayasibhamu bahlasele ihhotela eTunisia – Umbiko

La mabhasi kuthiwa abesuka eNairobi.

“Okwamanje sibale abantu abayisithupha abashonile,” esho.

IMelika ngoLwesine ixwayise izakhamuzi zayo ukuba zingazihambeli izindawo ezisemngceleni wezwe neSomalia ngenxa yokusabela izidlamlilo i-al Shabaab.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.