Kushone abokufika engozini yomgwaqo eLimpopo

2017-12-25 08:00

Lephalale – Kushone abantu abahlanu bokufika engozini yomgwaqo eLaphalale, eLimpopo, ngeSonto Ntambama, kusho amaphoyisa.

Abantu abathathu abadabuka eBotswana nababili abadabuka eZimbabwe bashone engozini yezimoto, eyohlobo lweToyota Pajero nenye, kusho uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe.

Abantu abathathu abebehamba ngemoto yohlobo lweToyota Pajero bashone ujuqu kwathi ababili baphuthunyiswa esibhedlela. Abantu ababili abebehamba ngenye imoto nabo bashone ujuqu.

OLUNYE UDABA:Usinde engozini embi umculi wowokholo

UNgoepe, uthe kusolwa ukuthi iToyota Pajero ebihamba abantu abahlanu abadabuka eBotswana, umshayeli uhlulekile ukuyilawula ngesikhathi iqhunyelwa yisondo.

Ibe isiginqika izikhawu eziningi yaze yayoshayisana nenye imoto ebinabanyu ababili abadabuka eZimbabwe, esho.

"Imbangela yezingozi kukholakala ukuthi ukuqhuma kwesondo kodwa ngokuhamba kwesikhathi uphenyo lwamaphoyisa lusazokuqinisekise lokho," usho njalo.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.