Kushone amadoda amathathu imoto yawo ishayisana neloli

2016-07-25 19:02

Durban - Kushone abantu abathathu ngesikhathi imoto abebehamba ngayo ishayisana nelolu ku-N2 ngaseziNgodweni.

Ngokwemibiko yeNewswatch, abosizo lokuqala basebenzise amadlawu ukukhipha laba abavaleleke emotweni.

OLUNYE UDABA:Ividiyo: Buka izikhukhula ezidalwe imvula ebishaya eThekwini

URobert McKenzie okhulumela i-KZN Emergency Medical Services uthe: "Akukacaci okwamanje ukuthi yini imbangela yale ngozi njengoba amaphoyisa asazophenya.

"Kushone amadoda amathathu abevaleleke emotweni ngemuva kokuthi ishayisane neloli."

Iziphathimandla zikaMasipala waseHibiscus uxwayisa abantu ukuba baphephe uma behamba emigwaqenu ikakhulu laba abalibangise eKokstad.



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.