Kushone ilungu le-DA engozini engaqondakali

2016-07-19 20:32

Johannesburg – Lowo obeyisishoshovu aphinde abe yilungu leDemocratic Alliance ushonile ngemuva kokwehlelwa yingozi engaqondakali eLethabong ngaseRustenburg.

Umholi weqembu esifundazweni uJoe McGluwa uthe uThabiso Seoke namanye amalungu eqembu abephanyeka izingqwembe zokhetho ngesikhathi ehlelwa yile ngozi ngeSonto, kubika iCitizen.

“UThabiso ushone efaka izingqwembe zeqembu, kuphume umlilo ebhokisini likagesi esigxotsheni abexhoma kuso lolu qwembe.

OLUNYE UDABA: Isalukazi sishone engozini engaqondakali eThekwini

“Ukuhlolwa kwesidumbu yikho okuzoveza ukuthi ubulawe yini,” esho.

Uthe uSeoke ubezibophezele ekusebenzeleni i-DA.

“Siyazwelana kakhulu nomndeni, abangani nalabo abesebenza nabo. Siyambonga ngokuba yivolontiya ebelizinikele ekusebenzeleni umphakathi.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.