Kushone ilungu lePhalamende, kwalimala kabi amanye engozini

2017-08-02 11:06

Cape Town – Kushone iLungu lePhalamende, kwalimala kabi amanye amathathu engozini eyenzeke esohambeni lwasePaarl ngoLwesithathu ekuseni.

Isikhulu samaphoyisa omgwaqo eWestern Cape uKenny Afrika  sithe amaLungu ePhalamende abehamba ngemoto yohlobo lweHyundai H1 ngesikhathi ingqubuzana netekisi ngaseWemmershoek, phakathi kwaseFranschoek nasePaarl eCape Winelands.

AmLlungu ePhalamende abandakanyeke engozini asebenza ngaphansi kwekomidi lemfundo eyisisekelo kanti abehambela izikole ezahlukene endaweni.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe ababili ngokubulawa kwabesifazane

"Elinye lamaLungu ePhalamende lishonele endaweni yesigameko. Amanye amaLungu amathathu alimale kabi kanti athola ukwelashwa okuphuthumayo,” kusho okhulumela iPhalamende uMoloto Mothapo.

IPhalamende lizokhipha eminye imininingwane ngokuhamba kwesikhathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.