Kushone indoda engozini yebhasi eLimpopo

2016-07-26 07:24

Johannesburg - Kushone indoda ngemuva kokuba izame ukuphuma ebhasini ebelihamba ibalekela ingozi kuMatlala Road eLimpopo.

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe uthe uphenyo lwakamuva luveza ukuthi umshayeli webhasi uhlulekile ukulawula ibhasi ngemuva kokuqhuma kwesichisha-mlilo, eyenze ukuba angaboni.

OLUNYE UDABA: Ukotele esihlahleni ebalekela izikhukhula eKZN

Kulesi sigameko kulimale inqwaba yabagibeli.

Omunye wabagibeli uzame ukubaleka kodwa ngeshwa washayiswa yibhasi washona ujuqu.

Amaphoyisa aseDennilton aphenya icala lokubulala ngokungenhloso, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.