Kushone indoda iveni ligqamuka ilangabi

2016-05-14 13:36

Witbank – Kushone owesilisa iveni ligqamuka ilangabi ngesikhathi lishayisa ku-R544 maqondana nasezimayini zaseVan Dyk eWitbank, eMpumalanga, kusho abosizo lokuqala ngoMgqibelo.

Abosizo lokuqala i-ER24 nabezicishamlilo bafike endaweni yesigameko ngezithuba zabo-20:30 ngoLwesihlanu bafica iveni eceleni komgwaqo, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

OLUNYE UDABA: Ishonile ingane eneminyaka emine eshayiswe iveni

"Iveni belivutha ngaleso sikhathi. Abezicishamlilo balicisha ngaphambi kokuba abosizo lokuqala basondele kulo. Leli veni lishe langqongqa kanti ngesikhathi lihlolwa kutholakale isidumbu phakathi. Abosizo lokuqala abakwazanga ukuhlonza obengaphakathi."

Kubonakala sengathi iveni lishayise udonga ngaphambi kokuvutha eceleni komgwaqo. Imbangela yengozi ayaziwa okwamanje. Udaba ludluliselwe emaphoyiseni ukuze ezophenya, kusho uVermaak.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.