Kushone ingane egwilize e-swimming pool yakubo

2017-09-30 09:37

Johannesburg – Ingane enonyaka owodwa ubudala igwilize yahsonela e-swmming pool e-Esther Park, eKempton Park ngoLwesihlanu ntambama ngemuva kokuba umzanyana eshiye evule umnyango wasekhishini ngephutha.

"[Umzanyana] ubesendlini ehlezi nomfowabo wesisulu oneminyaka eyishumi ubudala ngesikhathi sesigameko,” kusho uSergeant Sharon Tsotsotso.

Okhulumela i-ER24 u-Annine Siddall utshele iNews24 ukuthi abosizo lokuqala endaweni yesigameko bathe ingane kungenzeka ukuba ibisisemanzini imizuzu eyishumi kuya kwengu-30 ngesikhathi befika bona.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokubulala osomatekisi eKZN

Nakuba bezamile ukuyiphefumulisa isikhathi esingangehora, kugcine kuqinisekisiwe endaweni yesigameko ukuthi ishonile.

“Abantu abanama-swimming pool kumele baqikelele ukuthi bayawamboza, ngoba lokhu bekungagwemeka. Uma ingane yakho ineminyaka engaphezu kwemibili ubudala, kumele uyifundise ukubhukuda,” kusho uTsotsotso.

Uthe kuvulwe idokodo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.