Kushone ingane kusha umjondolo

2017-07-20 14:00

Cape Town – Kutholakale isidumbu sengane yentombazane eneminyaka emithathu ubudala emjondolo oshile kwaLanga ngoLwesithathu ebusuku.

Abezicimamlilo edolobheni laseKapa baphuthume endaweni yesigameko kuPhaphu Street ngabo-17:45.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe owesilisa 'ngokubulala' umngani kubangwa intombi

"Kushe umjondolo owodwa kulo mlilo. Kushone oyedwa ngenxa yokusha, kanti abantu abane basaledengwane," kusho isikhulumi uTheo Lane.

Imbangela yengozi ibingakaziwa okwamanje.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC Van Wyk uthe sekuvulwe idokodo, kwabe sekuqaliswa uphenyo ngokushona kwengane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.