Kushone ingane, kwalimala ezine umndeni uzama ukuzibulala

2017-01-23 13:01

Naypyidaw - Kushone ingane eyodwa, ezimbili zangeniswa esibhedlela eMyanmar ngoMsombuluko ngemuva kokuba abazali bezame ukuqeda ngomndeni wabo kulandela ukuthola ukuthi banesifo sofuba esingelapheki.

Abazali basendaweni engaphandle kwaseMandalay, baphoqe izingane zabo ukuba ziphuze isibulalizinambuzane, base bezigwaza ngaphambi kokuba bazame ukuzibulala nabo ngoMgqibelo.

Ingane yentombazane enonyaka owodwa ubudala ishonile, kanti abafana ababili, abaneminyaka eyisikhombisa nengu-9 ubudala, basesibhedlela.

OLUNYE UDABA: Umunyu kushona umlingisi belingisa ukudubulana

Iziphathimandla zithi lezi zithandani ezihlwempu kade zangenwa yilesifo sofuba esingelapheki, kanti lokhu kwazihlukumeza emoyeni ngemuva kokuthola ukuthi ngeke zelapheke.

"Ngenxa yokuthi lesi sifo siyathathelana, abekho abantu ebebefuna ukusebenzisana nabo,” kusho iziphathimandla kwi-AFP.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.