Kushone ingane nonina engozini eW Cape

2016-12-22 16:00

Cae Town - Kushone ingane yentombazane eneminyaka engu-6 ubudala engozini yomgwaqo ku-N1 ophakathi kwaseBeaufort West naseLeeu Gamka.

Kule ngozi, eyenzeke ngezithuba zabo-04:00, ngoLwesine kushone umshayeli wetekisi nomama wengane.

OLUNYE UDABA: Kushayisane amatekisi kwalimala inqwaba

Owosizo lokuqala uRobert Daniels uthe itekisi ishayisane nebhasi.

"Kulimale kanzima abantu abangu-8 kwathi abangu-10 bathola imihuzuko. Bonke abalimele baphuthunyiswe ngabosizo lokuqala esibhedlela iBeaufort West Provincial."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.