Kushone ingane yentombazane kusha umuzi eKapa

2018-04-04 17:59

Cape Town - Amaphoyisa aphenya imbangela yokusha komuzi oseWoodstock lapho okushone khona ingane enezinyanga ezingu-8 izelwe.

Kuthunyelwe izicishamlilo kuPine Road ekuseni ngovivi ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA:Kushone ingane emlilweni

Kushe kwangqongqa umuzi wamapulangwe, iwendy house.

ITheo Layne wezicishamlilo eKapa uthe: "Kushone ingane yentombazane enezinyanga ezingu-8 izelwe. Imbangela yomlilo ayikaziwa kanti isigameko sesidluliswe emaphoyiseni ophiko lwe-South African Police Service ukuze sizophenywa."

Khonamanjalo  uLayne ubuye waqinisekisa nokushona kopwesifazane eGreen Point kulandela ukuqubuka kwelangabi emzini okuMerriman Road.

Imbangela yelangabi eliqubuke ngezithuba zabo- 12:40, ayikaziwa. Udaba luyaphenya.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andrè Traut uqinisekise ukuvulwa kwedokodo.

Iminyaka yalo wesifazane ibingakatholakali.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.