Kushone inkosikazi yenkosi uBuyelekhaya Dalindyebo

2016-08-12 16:00

Johannesburg - Kushone inkosikazi yeNkosi yabaThembi uBuyelekhaya Dalindyebo osejele, yesihlanu, uNolitha ngemuva kokugula okwesikhashana kubo eCofimvaba e-Eastern Cape.

Isikhulumi sasebukhosini uDaludumo Mtirara uthe inkosikazi yenkosi ishone ngalesi sikhathi besaphezu kwezingxoxo zokuyibuyisela emndenini wasebukhosini.

OLUNYE UDABA: Amakhosi ase-Eastern Cape afuna kukhululwe inkosi yabaThembu

Izinkinga zomndeni ezenze ukuba inkosikazi yenkosi ihambe eminyakeni embalwa eyedlule.

UMtirara uthe basaphezu kwezingxoxo nabomndeni wenkosikazi yeNkosi ngezinhlelo zomgcwabo, kubika iSABC.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.