Kushone intombazane, 16, kudubulana amaqembu ezigebengu

2017-08-16 12:30

Cape Town - Ishonile intombazane, 16, edubuleke ngesikhathi kudubulana amaqembu ezigebengu eHanover Park, eKapa.

Isigameko sokudubula senzeke ngoMsombuluko ebusuku.

Isisulu kukholakala ukuthi besimi ngaphandle emzini othile ngesikhathi izigebengu zivulela ngenhlamvu.

OLUNYE UDABA:Kushone izingane ezimbili kudubulana amaqembu ezigebengu eKapa

Le ntombazane idutshulwe ekhanda yashonela khona endweni yesigameko.

Okhulumela amaphoyisa uSinathi Joni uthe: "Akukaboshwa muntu okwamanje. Imbangela yesigameko  iyaphenywa."

Izigameko ezifuze lesi zivamile eKapa lapho udlame lwezigelekeqe lusadla lubi.

- EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.