Kushone iphoyisa kwesokudubula esiteshini samaphoyisa

2018-04-29 10:02

Kushone iphoyisa eilodwa ngesikhathi kunesigameko sokudubulana esiteshini samaphoyisa e-Augrabies eNorthern Cape.

Elinye iphoyisa litholakale lishonile emzini walo, lokhu kuvezwe ngamaphoyisa ngoMgqibelo.

Okhulumela amaphoyisa uKaputeni Olebogeng Tawana uthe womabili lawa maphoyisa angamadoda kodwa okwamanje ayikacaci imbangela yokuhlaselwa kwawo.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa kaMasipala ayaphenya ngephoyisa elishaye owesimame

"Sisematasa ngophenyo mayelana nalezi zigameko ezenzeke ngoLwesine,"kusho yena.

Uthi kusasekuseni kakhulu ukuthi bangaphawula ngokuthi ngabe bazibulele noma kukhona obasocongile kanti futhi namagama amaphoyisa ashonile kawakakhishwa.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.