Kushone iphoyisa lishayiswa 'uscabha' wetekisi

2017-07-20 11:02

Harare – Iphoyisa laseZimbabwe lishonile ngemuva kokushayiswa yitekisi ebishayelwa ngumuntu ongenazo izincwadi zokushayela, kubika isiteshi somsakazo.

Lezi zindaba zenhlekelele zilandela ukuba amaphoyisa evikele indlela asebenza ngayo emigwaqeni, njengoba ethi amalungu abo asebenza ngaphansi kwezimo eziyingozi.

OLUNYE UDABA: Uhulumeni uhlongoza isigwebo seminyaka engu-60 kwabadlwengulayo

I-ZBC ibike ukuthi itekisi ibishayelwa ngu-Archie Kundainazvo, 23, okumsizi kamshayeli wamatekisi ngoLwesibili ebusuku ngesikhathi eshayisa iphoyisa ezama ukuwabalekela.

UKundainazvo uzobhekana namacala ehlukene, okubalwa kuwona nelokubulala ngokungenhloso, kusho okhulumela amaphoyisa uPaul Nyathi.

NgoLwesithathu iZimbabwe Republic Police (ZRP) ithe kwesinye isikhathi amaphoyisa abhekana nabashayeli abayizixhwanguxhwangu, abangafuni ukuthobela imithetho yomgwaqo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.