Kushone iphoyisa lomgwaqo engozini

2017-02-03 13:02

Johannesburg - Kushone iphoyisa lomgwaqo laseGauteng engozini yesithuthuthu enyantisa igazi ngoLwesihlanu ekuseni ku-N4 obheke ePitoli, kubika iPretoria East Rekord.

"Imininingwane egcwele ibingakadalulwa kodwa siyazi ukuthi iphoyisa lishayisane nenye imoto, lashona," kusho uBusaphi Nxumalo weGauteng Traffic Department.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu 

Ngokusho komunye umshayeli obesendaweni yeisgameko, kwenzeke enye ingozi ku-N4 Eastbound obheke ngakuWatermeyer Street.

Kuthiwa abashayeli abahambe ngeminye imizila njengoba kunesiminyaminya ku-N4.

 - The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.