Kushone iphoyisa nabantu abathathu kwehla ingozi

2016-07-03 09:16

Lephalale - Kushone iphoyisa nabanye abantu abathathu bashonile ngesikhathi kushayisana izimoto ezimbili kuMarken-R518, ngahandle kwaseLephalale, eLimpopo, ngoMgqibelo.

Imoto eyiveni ishayisane nenye imoto ebiza ngeneno, kusho uLieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe.

Kube sekushona abantu abathathu, okubalwa nomshayeli, kwathi owesine washonela esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kushone ababili kushayisana ibhasi nemoto encane eThekwini

Leli phoyisa elishonile belisebenzela eGauteng.

Kukholakala ukuthi beliye eLimpopo liyovakasha ngempelasonto ngesikhathi lihlangabezana nengozi.

Kuvulwe icala lokubulala ngokungenhloso.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.