Kushone isalukazi kugqamuka ilangabi kwaBhanya

2018-03-08 14:00

eFilidi - Kube yisimo esethusayo nesingajwayelekile ngesikhathi kushona isalukazi esikhubazekile esigamekweni esenzeke ngoLwesithathu emzini osemgwaqeni uHlobane, ngakwaBhanya, eVryheid.

Kulesi sehlakalo owesifazane ophila nokukhubazeka ushonile ngemuva kokuba kugqamuke ilangabi emzini wakhe.

Kuthiwa lesi saguga esineminyaka engu-88 ubudala sishe sangqongqa nomuzi.

Ngokwemibiko ephuma endaweni yesigameko, kukholakala ukuthi lesi salukazi besilele ngesikhathi kugqamula ilangabi ngoba isidumbu saso esishile sitholakale siphansi eceleni kombhede.

OLUNYE UDABA:Umbani ushaye esikoleni esise-KZN, kwasha amakilasi

AbeVryheid Neighbourhood Watch, abeLink Up, kanye nabezicishamlilo baphuthume kulo muzi beyozama ukucisha lo mlilo ngemizamo yokusindisa lesi salukazi, kepha kwazinhlanga zimuka nomoya.

Imbangela yalo mlilo kayaziwa okwamanje ngoba kawukho ugesi kule ndawo kanti kutholakale isigubhu segesi endlini, kubika iVryheid Herald.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.