Kushone isiboshwa kwalimala esinye ejele

2018-05-04 16:08

Cape Town - Kushone isiboshwa kwalimala kanzima esinye esigamekweni sokuhlasela ejele iPollsmoor.

Isigameko senzeke izolo ebusuku.

Iziphathimandla zikholwa wukuthi isigameko sokugwaza sihlobene nokungezwani okuqhubekayo phakathi kwamaqembu ezigebengu.

OLUNYE UDABA:Kubulawe isiboshwa sesifazane eTexas

Okhulumela uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo, uSimphiwe Xaba, uthe: "Kugwazwe isiboshwa sabulawa kwathi esinye salimala kanzima ejele i-medium B ePollsmoor ngezithuba zabo-21:00 ngoLwesine.

"Iziphathimandla zikholwa wukuthi lesi sehlakalo sihlobene nezimpi zamaqembu ezigelekeqe ngaphakathi ejele."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.