Kushone ivolontiya le-ANC liqeda kuvota

2016-08-04 07:51

Cape Town – Kushone ivolontiya le-African National Congress eWestern Cape ngoLwesithathu kulandela ukuwa phansi ngemuva kokuvota eStruisbaai e-Overberg.

U-Armand Clarence Marthinus, 19, kusolwa ukuthi uhlaselwe yisifo senhliziyo esikhungweni sokuvota, kusho i-ANC esifundazweni.

Ushiye emhlabeni uyise u-Adam, umama wakhe uClara nodadewabo uClaudia.

Funda nalolu daba: Kuvunguza umoya woshintsho, kuzoqopheka umlando - Maimane

UNobhala we-ANC esifundazweni, uFaiez Jacobs uthe uMarthinus ubebukeka esesimeni esihle sempilo.

Uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuquleka, kodwa esasendleleni, abosizo lokuqala besebengaziboni kuye izimpawu zokuthi usaphila.

UJacobs uthe babuhlungu ngokushona kukaMarthinus, wakhalisana nomndeni kanye nabangani bakhe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.