Kushone izelamani ezimbili kwafa nehhashi engozini

2018-03-29 19:30

Pretoria - Kushone izemalami ezimbili ngesikhathi beshayisa ihhashi enyakatho yePitoli ngoLwesine ekuseni, kubika iPretoria North Rekord.

Ikhulumela abezimo eziphuthumayo iBest Care Emergency uXander Loubser uthe isigameko senzeke ngezithuba zabo-13:00 kuSoutpan Road.

"Ngesikhathi, abosizo lokuqala bathole ukuthi omunye wabagibeli bakule moto bashone ujuqu," usho njalo.

OLUNYE UDABA:BUKA: Udokotela ekhipha ikokoroshe liphila ekhanda lowesifazane

"Umshayeli ubesesimeni esimeni esibucayi kwaphoqeleka ukuba axilongwe endaweni yesigameko kodwa ngeshwa kwamenela ngenxa yokulimalka kanzima."

ULoubser uthe omunye umgibelo obehlezi ngemuva emotweni uphunyuke nemihuzukwana, waphuthunyiswa esibhedlela.

"Ihhashi nalo lifile," usho njalo.

 - Isithombe:

Photo: Best Care

 - Isithombe sihlinzekwe ngabosizo lokuqala iBest Care.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.