Kushone iziboshwa ezimbili kwezintathu ezeqa esitokisini

2016-11-14 16:00

Johannesburg – Amaphoyisa aseLimpopo asekuqinisekisile ukushona kweziboshwa ezimbili kulezo ezintathu ezeqa esitokisini.

Ngesonto eledlule, abalisa abathathu beqa esiteshini samaphoyisa ePhalaborwa ngemuva kokuba bethweswe icala lokudlwengula.

Amaphoyisa ancinzwe indlebe ngokuthi bacashe ehostela eTzaneen abasolwa.

Ngesikhathi iziphathimandla zifika ehostela, omunye wabasolwa ushonile ngemuva kokudubulana namaphoyisa kanti omunye utholakale eshonile buqamama nendawo yesehlakalo.

OLUNYE UDABA: Kutholakale umqwayizi eshonile eVerulam

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe uthi: “Umsolwa wesibili utholakale eshonile ngokuhamba kwesikhathi buqamama nendawo yesehlakalo enamanxeba okulimala emzimbeni. Kubukeka sengathi ushaywe ngabantu abangaziwa.

“Lezi yizehlakalo ezimbili ezahlukene ngakho sisaphenya. Omunye umsowa, uBenny Mathaba, oneminyaka engu-24 ubudala, usagcwele amathafa.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.