Kushone izingane ezinhlanu ngenxa yesigxobo sikagesi

2017-11-05 15:19

Pretoria – Kushone izingane ezinhlanu ngemuva kokuba isigxobo esikhulu sikagesi siwele kuzona eSoshanguve, kusho iMeya yaseTshwane uSolly Msimanga ngeSonto.

"Imininingwane idolobha elinayo iveza ukuthi imbangela yokushona kwezingane kube yisigxobo sikagesi esiwele kuzona," esho.

Isigameko, esenzeke ku-Ward 27 ngoMgqibelo ntambama, kubukeka sengathi sidalwe ukuphazanyiswa kwezintambo zikagesi – okungenzeka ukuthi bezebiwa, kusho uMsimanga.

OLUNYE UDABA: OKlebe benza uphenyo ngoNgqongqoshe omusha

"Kuyishwa ukuthi ukucekelwa phansi kwezintambo zigakesi sekudlule nemiphefumulo engenacala,” esho.

Isigameko sibikelwe amaphoyisa, kwavulwa idokodo.

Izingane ezinhlanu zishonele endaweni yesigameko, kanti eyodwa ishonele esibhedlela.

Idolobha lidlulise amazwi enduduzo emindenini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.