Kushone izingane ezintathu umjondolo uthungeleka ngomlilo

2018-03-12 11:00

Cape Town - Kushone izingane ezintathu emlilweni oqubuke ngesikhathi umjondolo uthungeleka ngomlilo elokishini iKhayelitsha, ngaphandle kwaseKapa.

Lezi zingane ezineminyaka ephakathi kuka-7 no-14 ubudala bezilele ngesikhathi kuqala umlilo ekhaya kubo eliseminjondolo yaseNkanini ngeSonto.

Okhulumela izicishamlilo nezokutakula uTheo Layne, uthe ugogo walezi zingane ulimale kabi kulesi sigameko.

"Izingane ezimbili zamantombazane neyodwa yomfana zishonile ngemuva kokusha kabi. Owesifazane osekhulile naye ushe kabi kepha wasinda.

"Uthole usizo lwezempilo endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela. Imbangela yomlilo ayaziwa okwamanje kepha uphenyo luyaqhubeka."

OLUNYE UDABA: Kushone 3 wezingane kusha umjondolo eKapa

Kwesinye isigameko esingahlobene nalesi, kushone owesilisa kwathi abanye abathathu balimala ngesikhathi kushayisana izimoto ezintathu ezimpambanweni zikaGreat North Road noBrentwood Park Road, eBrentwood, eBenoni, ngeSonto ekuseni.

Abezimo eziphuthumayo bakwaNetcare 911 bafike endaweni yesigameko ngabo-10:44 bathola enye inkampani yama-ambulensi isikhona, kusho okhulumela iNetcare 911 uShawn Herbst.

Uthe imibiko abayithole endaweni yesehlakalo itshengisa ukuthi kutholane phezulu izimoto ezintathu ezimpambanweni zomgwaqo, kwashona ikhehla, kwathi isalukazi salimala kabi.

Abanye abantu ababili bathole ukulimala okungatheni.

Bonke abalimele bathole ukwelashwa endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela, kusho uHerbst.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.