Kushone izingane ezintathu ziwelwa wudonga eGoli

2018-04-09 16:01

eGoli -  Izingane zishonile ngemuva kokuwelwa wudonga obeluntekenteke kwelinye lamabhilidi abahlala kulona edolobheni laseGoli.

Abezimo eziphuthumayo abasebenzela uMasipala waseGoli bathi lokhu kwenzeke emini ngoMsombuluko.

Okhulumela abe-EMS uRobert Mulaudzi uthe: "SiseDoornfontein, enkabeni yedolobha laseGoli lapho kuwe khona udonga kwalimala izingane ezintathu ezineminyaka ephakathi kuka-3 no-10 ubudala.

OLUNYE UDABA:Uhlala lubhojozi umphakathi waseMbumbulu ngemuva kokubulawa kwekhehla

"Lleli yibhilidi elingasanakiwe kanti beselintekenteke. Sisazama ukukhipha olunye ubonda nalo oluntekenteke lungaze luwe."

UMulaudzi uqhubeke wathi amaphoyisa asaphenya ngalesi sehlakalo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.