Kushone izithandani ezisencane imoto iphoseka edamini

2017-09-26 09:20

Polokwane – Kushone izithandani ezisencane ngeSonto ekuseni ngesikhathi imoto ebezihamba ngayo iphoseka eChuniespoort Dam ku-R37 ngaphandle kwasePolokwane, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoMsombuluko.

Umdobi obesesikebheni ubikele amaphoyisa ngesikhathi ebona iToyota Tazz iphoseka emanzini igijima, kusho okhulumela amaphoyisa aseLimpopo uColonel Moatshe Ngoepe esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Uzovela enkantolo osolwa ngokudayisa izidakamizwa

UNgoepe uthe izidumbu zikaThabang Tladi noKate Ramoshaba, abaneminyaka engu-19 ubudala, baselokishini laseLebowakgomo zikhishiwe emotweni. 

Imbangela yengozi ibingakaziwa okwamanje kodwa ngeke ishaywe indiva imicabango yokuthi kungenzeka ukuba bebelwa, esho.

Ukukhishwa kwemoto emanzini kuzoqhubeka ngoLwesibili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.