Kushone nowakuleli kuphahlazeka indiza e-Angola

2017-10-14 13:03

Luanda - Kushone bonke abagibeli nezisebenzi ngesikhathi indiza eblibangise enhlokodolobha ye-Angola, iLuanda, iphahlazeka emaphandleni ezwe, kusho abezimo eziphuthumayo ngoLwesihlanu.

Leli bhanoyi elakhiwa eBrazil, le-Air Guicango, liphahlazeke ngoLwesine ngemuva kokusuka eDundo enyakatho mpumalanga eduzane nomngcele waseCongo, kusho isikhulu uFelismino Ndumba.

"Le ndiza isuke eDundo ngo-16:58 ilibangise eLuanda. Silahlekelane nayo ngemuva kokusuka esikhumulweni sezindiza," kusho uNdumba etshela i-AFP ngocingo.

OLUNYE UDABA: Kuphahlazeke indiza ebithwele abadlali bebhola

"Yonke imizamo yethu yokuxhumana nale ndiza iphunzile. Bebeyisikhombisa abantu abebephakathi, okubalwa owasePortugal nowaseNingizimu Afrika."

Umthombo ongaphakathi kuhulumeni utshele abezindaba ukuthi lesi sisulu sasePortugal bekuyisicishamlilo esineminyaka engu-39 ubudala.

"Akukwazi ukuthi kube khona abantu abasindile kule ngozi," esho.

Imbangela yale ngozi ayikaziwa okwamanje kepha kuthiwa le ndiza ike yavelelwa yinkinga ezinsukwini.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.