Kushone obehamba ngesithuthuthu kuvela ingozi

2016-07-31 08:49

Johannesburg – Kushone umshayeli wesithuthuthu ngoMgqibelo ntambama ku-Ontdekkers Road ngakuBeacon Street, eFlorida North, eRoodepoort, kusho abosizo lokuqala eGauteng.

Okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak uthe abezimo eziphuthumayo bathole umshayeli wesithuthuthu elele buqamamana naso.

OLUNYE UDABA: Kushone owesilisa nezingane ezimbili engozini yemoto

Kubukeka sengathi ushayisane neloli ethutha udoti, kusho uVermaak.  

"Sithe sisamsiza wavele washaywa yinhliziyo, sazama ukumsiza kepha kwazinhlanga zimuka nomoya. Ugcine ehlonzwe njengoshonile endaweni yesigameko," esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.