Kushone obenza u-Matric, ephuma kobhala iphepha lokugcina

2017-11-27 19:25

Durban – Kushone umfundi obenza u-matric ngoMsombuluko ngemuva kokuba imoto ibashayise bezihambela eceleni komgwaqo u-M7, ngaseSouthway Mall eRossburgh, eThekwini.

Intombazane yesikole eneminyaka engu-20 ubudala, ibiya ekhaya iphuma kobhala iphepha lokugcina likamatikuletsheni esikoleni esiseduzane, kusho uGarrith Jamieson, okhulumela iRescue Care.

Ingozi yenzeke ngabo-12:15 emini.

UJamieson uthe omunye umfundi kamatikuletsheni ulimale kabi, kanti uphuthunyiswe esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Kukhalwa ngehlathi 'elinenkungu ekhulumayo' eNkandla

Kuphinde kwashayiseka nowesilisa osekhulile kule ngozi kodwa yena akalimalanga kakhulu kanti uthole usizo lokuqala kweyesigameko, wayiswa esibhedlela.

UJamieson uthe akwaziwa ukuthi yini eholele ekutheni imoto iphaphalaze, kodwa amaphoyisa abekhona endaweni yesigameko, enza uphenyo.

UColonel Thembeka Mbhele ukuqinisekisile ukushona komfundo oneminyaka engui-20 ubudala nokuthi abanye baphuthunyiswe esibhedlela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.