Kushone owayengumqeqeshi weKaizer Chiefs owawina izicoco

2017-08-17 11:02

Cape Town - IKaizer Chiefs isidlulise amazwi enduduzo ngokudlula emhlabeni kowangumqeqeshi wayo, uMario Tuani, noshonele ekhaya lakhe elisezweni lakhe, iChile, ngeSonto eledlule.

Lo mqeqeshi owayeteketiswa ngo-'the Godfather', wahola amaGlamour Boys kusukela ngonyaka ka-1979 kuya ku-1980 nalapho le kilabhu yawina khona isicoco seMainstay Cup  kanye nesicoco seligi ngesikhathi esingamasizini amabili eyiqeqesha.

USihlalo weKaizer Motaung, ubonge lo mqeqeshi waseChile ngeqhaza lakhe, waphinde wazwakalisa ukukhalisana nomndeni wakhe ngokulahlekelwa.

OLUNYE UDABA: IKaizer Chiefs icabanga ukubolekisa ngomdlali

“Ngesikhathi uMario  esijoyina wayesevele eseseNingizimu Afrika,” uMotaung ucashunwe esho kanjalo kwi-website yale kilabhu.

“Waqeqesha amakilabhu amaningi futhi, phakathi kwezinye zezindondo zakhe, washiya umaka ongasoze wasuswa ngokusisiza siwine isicoco seligi ngo-1979, okokuqala siwina le ndebe ngemuva kwe-NPSL ehlanganisa izinhlanga eziningi iqale esikhathini esiwunyaka ngaphambilini.

“Egameni leKaizer Chiefs, ngifisa ukudlulisa ukuzwelana okukhulu nomndeni wakwaTuani kanye nabangani. Ngibafisela ukuqina ukwamukela okuthi othandiweyo wabo usezitholile izindondo zakhe.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.