Kushone owesifazane engozini yemoto

2016-08-15 12:30

Cape Town – Kushone owesifazane engozini yemoto ezintatha namhlanje kulandela ingozi eyenzeke phakathi kwe-Audi ne-BMW, eDelft, eKapa.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola izimoto ezimbili endaweni yesigameko, owesifazane obekwi-Audi ubeseshonile.

"Ngebhadi owesifazane ubesevele esehonile ngesikhathi sifika endaweni yesehlakalo,” kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

OLUNYE UDABA: Kushone ungqongqoshe engozini yemoto

Kusetshenziswe izindlawu ukukhipha owesilisa obelimele kabi kwi-BMW.

Kuphinde kwalimala abanye abantu abangu-8 kule ngozi.

Imininingwane ngokwenzekile kule ngozi ibingakacaci, kanti amaphoyisa ayaphenya ngayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.