Kushone owesifazane engozini yetekisi nemoto eKapa

2017-10-25 14:00

Cape Town - Kushone owesifazane engozini ebandakanya itekisi eduzane nase-Athlone Industria, eKapa, kusho umbiko.

Kukholakala ukuthi umshayeli wetekisi uhlulekile ukuyilawula wayoshayisana nemoto encane.

Kuvalwe ingxenye yomgwaqo uJakes Gerwel Drive nengxenye kaTurfhall Road.

Abezimo eziphuthumayo zakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko ngabo-09:20 bathola abezimo eziphuthumayo zomkhandlu nezakwaLife Healthcare sezivele zisiza.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Kushone ababili engozini enyantisa igazi

"Kuthe uma kuhlolwa isimo, abezimo eziphuthumayo bathole itekisi ilele ngohlangothi eceleni nemoto encane iphakathi nomgwaqo. Kube sekuvela ukuthi obegibele emotweni encane ushonile."

Abashayeli bacelwe ukuba basebenzise eminye imigwaqo.

Owedolobha uMaxine Bezuidenhout uchaze kanje: "Kubenengozi yemoto ebandakanya itekisi nemoto encane ngakuJakes Gerwel Drive nakuTurfhall Road, okuyimigwaqo esavaliwe namanje."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.