Kushone owesilisa imoto yakhe ishayisa izihlahla ezine

2016-08-16 11:32

Tzaneen - Ushonile owesilisa ngemuva kokushayisa izihlahla ezine engozini eyenzeke phandle kwaseTzaneen ngoLwesibili ekuseni.

Abe-ER24 baphuthume endaweni yesigameko kumgwaqo u-R36 bathola imoto ilimele kabi nomshayeli engaphakathi.

Funda nalolu daba:OweSundowns ubanjwe inkunzi eqeda kuthola ingozi yemoto

“Umshayeli okukholakala ukuthi useminyakeni yo-30 ubudala utholakale esabambeke phakathi emotweni.”

Ngesikhathi exilongwa kutholakale ukuthi ulimale kakhulu kanti ngeshwa bekungekho okungenziwa ukumsiza, kubika iTimeslive.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.